• Skip to main content
  • Skip to after header navigation
  • Skip to site footer

Free-Mail

  • Events
  • Images
    • Instagram Goodness
  • Music
  • News
  • Software

Best South African Gospel Music “Ukunamathela KuNkulunkulu”

A cool South African Music image:

Best South African Gospel Music “Ukunamathela KuNkulunkulu”
South African Music
Image by zhangdafeilaiqu
I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.
Lelo phimbo elejwayelekile, lobo buso obuhle abuguqukile kusuka ekuqaleni.
Emndenini kaNkulunkulu nginambitha ubumnandi bothando Lwakhe. Ngincika eduze Kwakhe futhi angifuni ukuphinde ngikusuke.
Ngaphandle kukaNkulunkulu, izinsuku zazilukhuni ukubekezelelwa.
Ngangibhadazela ngesinyathelo ngasinye sigcwele ubuhlungu.
Ngifinyelele kulolu suku kuphela ngokuvikela kukaNkulunkulu.
Futhi manje ngamazwi kaNkulunkulu angakimi nganelisiwe.
II
Ngesikhathi kuza izinguquko ezinkulu, izwe alihlali lifana. Kodwa akukho okuyosula enhliziyweni yami ukunamathela kwami kuNkulunkulu.
Isethembiso seminyaka eyizinkulungwane, isifungo esingaguquki. Emuva kwemijikelezo eminingi yempilo nokufa ngibuyela ohlangothini lukaNkulunkulu.
Uhlwanyele ukuphila enhliziyweni yami. Amazwi Akhe ayangelusa futhi ayanginisela, enikeza ukuvivinya nokucwenga.
Ngokushushiswa nokuhlupheka, impilo yami iya ngokuya iqina. Imigwaqo emagudlugudlu nokuhluleka kuyizinkundla zokuzilolonga kimi.
UNkulunkulu akaze asuke eceleni kwami. Unikela ngokuthula esintwini ngaphandle kwezwi lokukhononda.
Ngizolahla isimo sami esikhohlakele bese ngihlanjululwa. Khona-ke ngingahamba noNkulunkulu phakade.
UNkulunkulu akaze asuke eceleni kwami. Unikela ngokuthula esintwini ngaphandle kwezwi lokukhononda.
Ngizolahla isimo sami esikhohlakele bese ngihlanjululwa. Khona-ke ngingahamba noNkulunkulu phakade.
kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Image Source: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
https://zu.kingdomsalvation.org/disclaimer.html

Image automatically curated and published by www.free-mail.co.za – CLICK HERE to learn more about WP Robot for WordPress.

Have you tried: Visiting Port Elizabeth?

Share this:

  • Share on Facebook (Opens in new window) Facebook
  • Share on X (Opens in new window) X
  • Share on Pinterest (Opens in new window) Pinterest
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
  • More
  • Share on Tumblr (Opens in new window) Tumblr
  • Print (Opens in new window) Print
  • Share on LinkedIn (Opens in new window) LinkedIn
  • Share on Reddit (Opens in new window) Reddit
Published on 2 June 2019 by Alan Category: ImagesTag: african, Best, gospel, KuNkulunkulu, Music, South, Ukunamathela

Nice Cape Town, Boulder Bay photo

A cool Cape Town image: Cape Town, Boulder Bay Image by wattallan594 Boulders Beach, commonly known …

Read moreNice Cape Town, Boulder Bay photo

South Africa should train all pharmacists to give vaccinations

South Africa should train all pharmacists to give vaccinations: South Africa can have a greater …

Read moreSouth Africa should train all pharmacists to give vaccinations

Lauryn Hill – Greenwich Music Time

Lauryn Hill – Greenwich Music Time – a Music interest event taking place on 2020-07-10 …

Read moreLauryn Hill – Greenwich Music Time

About Alan

Previous Post:NO PROFIT, SPORT E TERZO SETTORE
Next Post:A short primer on assemblers, compilers, and interpreters

Reach Trust

Reach Trust is a holding trust for a number of companies within the Stratlec Group.

Copyright © 2026 · Free-Mail · All Rights Reserved · Powered by Straton Electrical

Back to top